@nkalane16@ukhozi_fm#ezanamuhla
Sawubona Ndimande cha akebezame impela ukubafundisa ukuthi imali iphathwa kanjani kazi bayofunda yini ayi mina sengidelile nje ngingomunye umzali onengane efunda e Capetown ithi iphela inyanga useyabalisa umuntu imali isiphelile akebefundiswe