@TuMhlaba1 mhlaba uBaba sbiya umane uyakhuluma nje ngoba esemsakazweni ngikusho lokhu ngoba kune company yezicishamlilo zamahlathi enikwa itender kuhulumeni kusuka ngo 2003 ixaphaza abasebenzi uma ibuzwa ikhomba u public works
@ukhozica khabazela sawubona kazi lena eka Ramaphosa ne phala phala iyozala nkomoni kulohumeni we GNU uma kuwukuthi amaqembu akwi GNU awangenele izikhundla kuyomela kucace bavote against uRama.....
@TuMhlaba1 Baba umhlaba yaz kuyamangaza and kuyadumaza ukuzwa nje ukuth kunabantwana abangakaze lemali yokuxhaswa ezikoleni okubuhlungu nje kungenzeka lemali idliwa ngabathile