@Phindi_P_andla Ibandla The CAC in Zion Antioch ngaphansi kuka Bishop E.J. Mthembu lidlulisa okukhulu ukudabuka ngokudlula emhlabeni kuka Dr E.T. Mgobhozi (MaNkuna)Udlule emhlabeni mhlaka 3 June 2026 uzofihlwa mhlaka 13 June 2026 ekhaya KwaMaphumulo esigodini eZimpangeleni.
@ukhozica MaMkhize loludaba luka IEC yini ndaba kube iyona yodwa inkampani evotisayo la eMzansi? Mina nje angibathembi nhlobo ngoba kuyagwazwa la ezweni lethu. @ukhozi_fm#ezanamuhla
@bingelelampanza Gxamalaza kuphume ijongosi ovele ukhohlwe ngempela ke la hhayi lomasikandi wamanje ovele ucule into ephambene nesiginci la ngathi kucula uMfazomnyama la @ukhozi_fm#sigiyangengoma